OweMuvhango uthi akazange axoshwe kwi-Speak Out

2016-07-26 10:02

Johannesburg - Isihlabani somlingisi sithi yizinkinga zasemsebenzini esenza ukuba sishiye uhlelo lwakumabonakude, lwamalungelo abathengi, iSpeak Out.

Lo mlingisi weMuvhango, uDingaan Mokebe ukuphikile ukuthi waxoshwa kulolu hlelo ngesikhathi ekhuluma neDaily Sun.

OLUNYE UDABA: OweMuvango ukhathele impatho wabakwaSpeak Out

"Yebo angisasebenzi nabalolu hlelo. Ngashiya ngoba kwakunezinto eziningi ezazingangijabulisi. Kodwa angizange ngikhonjwe engafika ngayo. Ngayishiya iSpeak Out," usho njalo.

Omunye umbiko uthe, imithombo kwa-Urban Brew Studios itshele iphephandaba ukuthi inkontileka ka"James" ayizange ivuselelwe ngoba ubezikhukhumeza futhi efuna izinto eziningi kumaphrojusa.

Kwabanamahlebezi athi kuzongena uLeslie Musina esikhundleni salo methuli wohlelo abesebenzisana anye.

"Angitholakali ngiphawula kulokho. Angivumelekile ukukhuluma ngalolo daba," kusho uLeslie ngesikhathi ebuzwa.

Thola udaba oluphelele ku-Drum.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.