OweMuvhango uthi useke wathengelwa ifenisha ngumlandeli

2016-07-22 11:37

Johannesburg - Umlingisi uSindi Dlathu odlala indawo kaThandaza kuMuvhango etshengisa ku-SABC2 usixoxele ngezigameko ezihlekisayo ezike zimvelele njengomlingisi.

Ukuba ngusaziwayo kuchaze ukuthi kufanele ukwazi ukubhekana nazo zonke izimo, uthando lwabantu, ukuzondwa ngisho nemisangano eyenziwa ngabantu uma bekubona.

OLUNYE UDABA: Sithole ukwelashwa isihlabani seMuvhango

Kamuva uSindi ukhulume nabephephabhuku iBona ekhuluma ngezigameko esezake zamehlela.

"Abalandeli kuhlezi kukhona abafuna ukungipha kona," usho njalo etshela leliphephabhuku.

Kanti akugcini lapho. USindi uphinde wathi  wake waphiwa ngisho nefenisha eyiphiwa ugogo angamazi.

"Kunogogo owangithengela ifenisha, yafika emsebenzini waze wathi uzimisele ngokuyikhokhela njalo ngenyanga," kuchaza uSindi.

USindi uphinde wakhuluma ngezinqinamba ahlangabezana nazo ewumlingisi eminyakeni eyedlule kwiphephabhuku lakamuva iBona.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.