OwePirates ukhala ngekhubalo lenyanga yaseMlaza

2017-06-04 11:07

Durban - Ukhala ezimathonsi umndeni kaNozinti we-Orlando Pirates osola inyanga yaseMlaza ngokuphambanisela unkosikazi wakhe.

Umndeni kaSiyabonga Mpontshane usolauNhlanhla “Sbushebushe” Cele, 37, ngokuzamaukuthathelalo nozinto umkakhe.

Kuthiwa umndeni kaMpontshane uyekule nyanga beyoyincenga ukuba ingayithathi inkosikazi yendodana yawo.

UMpontshana noMpume MaKhweshube Mpontshane baneminyaka emine bashadileuthi banengane eyodwa.

Kuthiwa uMpume ngisho enomyeni wakhe uvele abize igama likaCele okuyinto edala ukuxabana phakathi kwabo.

OLUNYE UDABA:Inyanga 'idlwengule' ikhasimende lizokhipha isinyama

Ngesikhathi ebuzwa, uCele uvumile ukuthi wakewathandana nalo wesimame kudala engakashadeli kwaMpontshane. Uthi uyamangala uma esefonelwa yilo mndeni uthi akahlukane noMpume.

Uthi yena unamakhosikazi akhe angu-6 futhi akaxakwe yilutho, uthi uMpume uyena omfuna phansi phezulu.

Uqhubeke wathi yena akayingabazi imithi yakhe, ushaya umshubo, lapho adlule khona akuthunti muntu, ucebise lo mndeni ukuthi ulethe umalokazana wabo azomkhipha lento ayemfake yona besathandana okuyiyona edala ukuthi amfune phansi phezulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.