OwePirates uthi sebekulangazelele ukuqala kwesizini entsha

2016-07-28 19:00

Johannesburg – Umgadli we-Orlando Pirates uTendai Ndoro uthi yena nozakwabo sebekulinde ngabomvu ukudlala kowomkhaya njengoba sebemi ngomumo nangesizini ezayo.

UNdoro ngomunye wabadlali abavelele ngesizini eyedlule kumaBhakabhaka.

Lo mdlali, 28, wavalela amagoli angu-10 ngesizini eyedlule, kanti uthi uselangazelele ukuthi kuqale isizini entsha.

OLUNYE UDABA: Kusegazini ukuvalela amagoli – OwePirates

“Sesikulungele ukuqala kwesizini entsha. Bonke abadlali bayazicija njengamanje, sesikulangazelele ukuba senkundleni,” kusho uNdoro etshela iKickOff.com.

“Engikufunayo nje ukuthi iqembu lenze kahle kule sizini esemnyango,” esho.

Uthe ngeke bayincenge iKaizer Chiefs uma la maqembu esegadulisana koweCarling Black Label Champion Cup.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.