OweRhythm City uchaza ngokubayijaji ku-SA's Got Talent

2016-07-21 11:31

Johannesburg - Inkakha kwezokulingisa, uJamie Bartlett, uchaze ngokusebenza njengejaji ohlelweni lomncintiswano kuleli i-SA's Got Talent wathi kuyathusa njengoba kungefani nokulingisa.

Lolu hlelo lukhuza ibuya kumabonakude ku-e.tv kwisizini yesikhombisa ngomhlaka-4 Sephthemba nokunye okumangazayo okuzobe kwenziwa abazobe bezama inhlanhla.

OLUNYE UDABA: Wenza into yamehlo umlungu omnyama

"Kwesinye isikhathi bekungathi bekuba mnyama," kusho uJamie ohlanganise iminyaka engu-50 ubudala ngesonto eledlule.

"Akufani nomabonakude, ukuba yijaji lohlelo olufana nalolu kubandakanya imizwa kanti kwesinye isikhathi ngangizithola ngikhala. Kuhluke kakhulu kunokulingisa.

UJamie uthe ngosuku lokuqala wenza iphutha wacindezela inkinobho okungesiyo, wacindezela eyokuphindisela umuntu ekhaya kunokucindezela eyokumududulela kwesinye isigaba somncintiswano.

"Kwakufanele ngolilungise ngokushesha iphutha, ngenze sengathi bengidlala kodwa ngosizo lwamanye amajaji engisebenzisana nabo uShado (Twala) noDJ Fresh lawo maphutha ayeshabalala, kubika iSunday World.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.