Owesifazane, 52, uthi udlwengulwe ngumshana wakhe

2016-07-12 16:02

Johannesburg – Amaphoyisa aseTshidilamolomo, e-East Rand, abophe umsolwa oneminyaka engu-19 ubudala ngezinsolo zokudlwengula owesifazane, 52.

Umsolwa zimkhalele ngoLwesine olwedlule ngemuva kokuthi isisulu sivulele umsolwa, ongumshana waso, icala lokudlwengula, kubika iSedibeng Ster.

Isisulu sithi umshana wakhe wamgxavuna ngamawashingi wamcindezela phansi, wakhiya umnyango wase eyamdlwengula.

OLUNYE UDABA: Abafundi bavele enkantolo ngelokudlwengula omunye

Uthi lokhu wakwenza ngesikhathi efika ekhaya ebusuku.

Kuthiwa umsolwa wabe esedla phansi ngemuva kokugila lesi senzo.

Umsolwa uvele eNkantolo yeMantshi yaseMmabatho ngoMsombuluko, icala lahlehliswa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.