Owesifazane ubambe unina ezitika ngocansi nesoka lakhe

2016-05-15 14:01

Harare - Owesifazane oneminyaka engu-22 ubudala u-Antonaite Mahuka ubambe oqotsheni isoka lakhe lizitika ngocansi nomama wakhe emotweni egaraji kubo.

UMahuka utshele abezindaba ukuthi wayengaliboni iphutha ngesikhathi efica umama wakhe ehlezi nesoka lakhe kusofa, ebuya emsebenzini.

"Babezibuke umabonakude nje kuphela, alikho ke iphutha lapho. Umama wami wayehlezi ethi ulikhonzile usoka lamiehlezi elincoma ngendlela elibukeka ngalo nangendlela eliziphatha ngayo."

OLUNYE UDABA:  Iphoyisa libambe umkalo eqhoqhobelwe wuzakwabo embhedeni

Izinto zashintsha ngoLwesibili ngesikhathi uMahuka ecishe equleka ebamba umama wakhe oneminyaka engu-39 ubudala eqhoqhobelene nesoka lakhe elineminyaka engu-22 ubudala emotweni egaraji.

UMahuka uthe ngeskhathi ebuya emsebenzini wabayeka bahlala kusofa wayoqala ukupheka ekhishini, ngemuva kwesikhashana isoka lakhe lathi seliyagoduka ngoba sekuhlwile.

"Ngaliqabula ngavalelisa kodwa kuthe sengiyohlala kusofa nami, umama wayengekho ngamumemeza wangasabela."

UMahuka uthi wambheka wangamthola ndawo waze wayobheka nasegaraji lapho abafica bezitika khona ngocansi. Kuthe sebebona ukuthi babanjiwe isoka lasuka lagqoka laphela endaweni.

"Umama wavuma ukuthi ubezibandakanya ocansini nesoka lami sonke lesi sikhathi waxolisa," kusho uMahuka.

"Nmanje angikholwa ukuthi ungenze nje umama wami angiboni nokuthi ngizokwazi ukubaxolela."

Isoka likaMahuka nalo livumile ukuzibandakanya ocansini nomama wentombi, kubika iMyZimbabwe.

"Yebo ngilalile nomama wentombi yam, manje!?"

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.