Owesifazane udlwengulwe 'wuMsamariya olungile'

2016-12-11 11:02

Cape Town - Owesifazane oneminyaka engu-48 ubudala wase-Eastern Cape udlwengulwe emzini wakhe 'wumsamariya olungile', kusho amaphoyisa ngoMgqibelo.

Lo wesifazane ubesendaweni yokucima ukoma ngoLwesithathu ebusuku eDutywa kanti ngenxa yokuthi kwase kuyisebukuku kakhulu, owesilisa wacela ukumphelezela eya ekhaya, kusho uJackson Manatha.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe obebelethe ingane ebheke endodeni

Kodwa kunokumshiya kahle ephephile endlini, wamhlasela, wamudlwengulela ekhishini. Akekho owasiza lo wesifazane ngekho ayeyedwa.

Lo wesifazane wasinda kulesi sigameko wakwazi ukuyobikela amaphoyisa, owesilisa waboshwa ngoLwesihlanu.

Umsolwa ulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseDutywa ngoMsombuluko.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.