Owesifazane ukhokhele usaziwayo obengenayo imali

2016-06-30 19:03

Johannesburg - U-HHP ubhale enkundleni yezokuxhumana ebonga owesifazane omsize ngokuthi amkhokhele impahla abeyithenge esitolo.

U-HHP uthi ubone esefike kwi-till ukuthi akanayo imali eyanele ukukhokhela izinto ebezithathile.

Uthi ngesikhathi esesitolo ePnP eyothenga ukudla kwezinja ubephethe ikhadi lasesitolo elino-R400.

Funda nalolu daba: Uvalelisile 'uKarabo' kwiGenerations

Uthi ikhadi lakhe lisetshenziswe omunye umuntu angamazi, okusho ukuthi besekumele akhokhe ngemali engukheshi kanti nesikhwama semali akasiphethe.

Uthi khona lapho, kungazelele muntu, kuqhamuke owesifazane wacela ukumkhokhela impahla yakhe.

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.