Owesifazane ulaxaze ingane yakhe ethaveni eyala ubaba wayo

2016-05-15 13:00

Harare - Ufakwe enkantolo umama osolwa ngokungayinakekeli ingane yakhe futhi onomkhuba wokushiya ingane yakhe ethaveni lapho okuphuza khona umyeni wakhe nabangani bakhe.

UTsvakai Marindire uthe owayengunkosikazi wakhe uNetsai Mandiyanike ubudedengu futhi uyathanda ukumalndela.

UMarindire utshele inkantolo ukuthi bahlukana nomkakhe ngo-2014 kodwa ulibele ukugoloza.

OLUNYE UDABA: Ona-14 ubulawe ngunina ngokuzibandakanya ocansini nezidakamizwa

"Uyangilandela njalo afike ashiye ingane nami ngisho ngisethaveni mase ingane ngiyihambisa kugogo wayo."

UMarindire utshele inkantolo ukuthi kwesinye isikhathi usabisa ngokumshisa ngophethiloli uma eqhubeka nokuthi abahlukane. Wathi usehlalele ovalweni.

Yize kunjalo uMandiyanike ubesho okunye.

"Nkosi yenkantolo asikaze sihlukane, le ndoda ingumyeni wami kanti selokhu sashada ungikhokha irenti lapho engihlala khona.

"Siyathandana futhi kwesinye isikhathi sinokuhlangana ehlathini ngoba sicashela umama wakhe ongangithandi," usho njalo.

UMandiyanike akazange aziphike izinsolo zokuthumela imiyalezo engemihle uMarindire nokuthi wathi 

UMarindire ucele incwadi yokuzivikela kuMandiyanike enkantolo

Inkantolo ivune uMarindire, kubika iMyZimbabwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.