Owesifazane ulivumile icala lokushaya intatheli

2016-07-21 13:32

Philadelphia — Uxolisile owesifazane oshaye ngesibhakela intatheli yaseTelemundo ebusweni bukhona kuTV ePhiladelphia, walivuma necala lakhe.

Intatheli yePhiladelphia Inquirer ngoLwesithathu ibike ukuthi owesifazane, uWaheedah Wilson,38, utshele ijaji ukuthi uyaxolisa ngokungqimuza i-Iris Delgado ekhanda nangokumshaya ngempama ebusweni ngoJuni 8.

Funda nalolu daba: Limgojele umama owabulala ingane zakhe

UWilson utshele inkantolo ukuthi, "Ungakhathazeki ngami, ngeke ngisabuyela lapha ngenkinga efanayo.”

Ugwetshwe izinsuku ezingu-60 kodwa usesalelwe yizinsuku ezingu-19 ngenxa yokuthi ubelokhu egcinwe ejele sonke lesi sikhathi kusukela ngoJuni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.