Owesifazane usolwa ngokuncela 'induku' yendoda yesoka

2017-06-10 11:30

Bulawayo -  Owesifazane waseChitungwiza osolwa ngokuncela "induku" yendodana, 9, yesoka lakhe uliphikile icala ngesikhathi evele enkantolo ngoLwesine, wathi umama wengane unesikhwele, wakhetha ukumakhel itulo.

UNomsa Machona, 38, uliphikile icala lokungaziphathi kahle phambi kweMantshi u-Estere Chivasa.

UMachona ezivikela utshele inkantolo ukuthi izinsolo "ziphekwe" ngumama wendodana yesoka lakhe ngoba amthathela umyeni.

Umfana, 9, ubengufakazi wokuqala enkantolo ngale kwamakhamera.

Umshushisi uLoveti Muringwa usole ukuthi ngomhlaka-8 Meyi kulo nyaka eNyatsima Phase 3, umama wengane wathola umqhafazo ngokushona komfowabo.

Waya eBuhera eyofihla umfowabo, washiya ingane yakhe noyise.

OLUNYE UDABA:Ishonile intombazane, 4, ngemuva kokudlwengulwa

Kusolwa ukuthi ngosuku olulandela lolo, ubaba wengane waya emakethe yaseChikwanha nendodana yakhe beyodayisa amakinati ngezithuba zabo-05:00.

Baze baqeda ngezithuba zabo-17:00 ntambama ubaba wahamba nendodana yakhe beya emzini wentombi yakhe lapho abafike balala khona egumbini elilodwa, kanye nengane eyayilele phansi.

Ngosuku olulandelayo ekuseni, ubaba waya emakethe eyodayisa enye impahla yakhe, washiya indodana yakhe netombi belele. Kusolwa ukuthi uMachona wavuka embhedeni waqala walokhu ewotawota umphambili wale ngane.

Inkantolo ilalele ukuthi ngesikhathi le ngane ivuka, uMachona wabe eseyincela umphambili le ngane yahayiza.

Kusolwa ukuthi uMachona wayithulisa ngemali elinganiselwe kwengu-R65.

Lolu daba lwavela ngosuku i-Africa Day ngesikhathi umama walo mfana esezwe ukuthi umyeni wakhe ulale kwaMachona izinsuku ezintathu zilandelana.

 - Bulawayo24

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.