Owesifazane uthi wakhokhelwa ukufihla ubudlelwane bakhe noMengameli

2018-02-17 11:05

Washington, United States – Owesifazane wesibili wenze izinsolo zokuthi wayekuthandana noDonald Trump, wachaza nangesivumelwano abasenza ukuze kufihlwe lokhu.

Lowo owayenguzime wePlayboy, uKaren McDougal, uthi yena noTrump babenobudlelwane bezocansi ngo-2006, ngemuva kwezinyanga unkosikazi kaTrump ebelethe ingane yabo yokugcina.

IWhite House ayizange iphawule icelwa ukuba iphawule ngalolu daba, kodwa esitatimendeni esinikezwe i-NBC kuthiwe umengameli waziphika phambilini lezi zinsolo zokuthandana noMcDougal, wathi yizindaba nje ezingamampunge.

OLUNYE UDABA: Uthi awanele u-R23m owaboshwa ngecala angalazi

Ngokombiko weNew Yorker, ubudlelwane bezinyanga ezingu-9 baphela ngokuthula, kodwa ngemuva kweminyaka, uMcDougal waludayisa lolu daba.

INew Yorker ibike ukuthi ngo-Agasti 5, 2016, uMcDougall wavuma ukunikeza iphephandaba amalungelo okukhuluma ngobudlelwane ake abanabo empilweni yakhe nabantu abashadelwe.

Kuthiwa isivumelwano sasibiza u-$150 000, kodwa alukho udaba oseluke laphuma.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.