Owesifazane utholwe eseyisidumbu endlini yesoka eGoli

2017-05-23 16:00

Johannesburg - Zisale zijabhile futhi zishaqekile izakhamuzi zaseVaal eGoli ngokuqhubeka kwezigameko zokubulawa kwamantombazane asemancane, okusolwa amasoka awo ngezigameko, kubika iSedibeng Ster.

NgeSonto, amaphoyisa abizelwa endaweni yesigameko e-Orange Farm, lapho izakhamuzi zendawo zazehla zenyuka zifuna owesifazane odukile.

Kube sekutholakala isidumbu sowesifazane oneminyaka engu-34 ubudala eshonile emzini wesoka lakhe. Isidumbu sitholakale sithukuswe ngaphansi kombhede sigoqwe ngocwazi.

OLUNYE UDABA:Isoka lisolwa ngokuqoba intombi layifaka emgqonyeni

Ngokusho kwamaphoyisa, isisulu sagcina ukubonakala ngoMgqibelo ntambama nesoka laso ngaphambi kokuduka. Umndeni wabizelwa endaweni yesigameko, wathi ufika wakhihla isililo watshengisa nentukuthelo ngesikhathi ubona indodakazi yawo igoqwe ngoplastiki, isishonile.

Umsolwa uboshiwe watshweswa icala lokubulala.

Amaphoyisa anxusa izakhamuzi, ikakhulukazi abantu besilisa, ukuthi zikugweme ukuxazulula izinkinga ngokubulala.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.