Owesifazane uvumile ukuthi nguye owabulala indodakazi

2016-07-27 08:02

Cape Town - Umama wengane yentombazane eneminyaka engu-9 ubudala uvelile eNkantolo yeMantshi yaseVanderbijlpark ngoMsombuluko ngemuva kokuboshelwa ukubulawa kwendodakazi yakhe.

Ummeli kaSoniya Koekemoer uFrancois de Kock utshele abezindaba zomsakazo i-90.6 FM  ukuthi uKoekermoer, 34, uvumile ukuthi wayibulala indodakazi yakhe uMichell, 9. Uhcithe impelasonto ejele ngemuva kokuboshwa  ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngokudlwengula indodakazi ewusana

UMichelle watholwa eseyisidumbu embhedeni wakhe ngomhlaka-9 Juni, kubika iVaal Weekblad. Waklinywa.

UKoekemoer uthe wavuka ngalolo suku ekuseni nentambo emqaleni. Waya egumbini likaMichelle wafica intombazane yakhe isiyisidumbu waphuma wayofuna usizo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.