Owesifazane wafuna imali endodeni eyadlwengula indodakazi

2016-07-04 16:06

Bulawayo - Owesifazane waseTsholotsho usolwa ngokufuna imali elinganiselwe kwengu$35O kowadlwengula indodakazi yakhe ngoba efuna ukufihla icala wase evula icala ngoba indoda ingayi khiphanga le mali.

Lokhu kuvele enkantolo ngesikhathi kuqulwa icala lika-Admit Mbiriviri eNktnolo yeMantshi yaseBulawayo.

OLUNYE UDABA: Uxoshiwe emsebenzini olale nonkosikazi kazakwabo-Umbiko

UMbiriviri usolwa ngokudlwengula umsizi wasendlini ngomhlaka-16 Juni wamunika iDettol ukuze ezogeza ngayo.

Umsolwa uliphikile icala, kubika iBulawayo.

Lo wesifazane utshele inkantolo ukuthi watshela umama wakhe ngesigameko washaqeka uma esezwa ukuthi  umndeni wakwaMbiriviri ufuna kuxoxiswane.

Ummeli kaMbiriviri uTafadzwa Chipare  waseSengweni basolwa ukuthi umama walo wesifazane wathola imali yokugibela kumsolwa ukuze kuzoxoxiswana wase ebikela amaphoyisa icala lokudlwengula ngesikhathi izinto seziqala ukubhimba.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.