Owesifazane usakaze indoda ebinqaba ukwenza naye ucansi ngembazo

2016-07-04 17:39

Florida - Kuboshwe owesifazane ngecala lokushaya ngemuva kwezinsolo zokuzama ukubulala indoda ngokunqaba ukuzibandakanya naye ocansini, lokhu kungokusho kwamaphoyisa aseFlorida.

Amaphoyisa ase-Ocala athe abophe owesifazane oneminyaka engu-26 ubudala, uLeslie Mills, ngemuva kokukhahlela isicabha sethoyilethi nokusakaza ngembazo owesilisa ebusweni.

UMills uthweswe icala lokulimala ngesikhali nodlame lwasekhaya. Ungene ejele waphuma ngebheyili.

OLUNYE UDABA: Zibulewe izinja ezibulale ingane enezinsuku ezintathu izelwe

Ngokusho kwesisulu uMills waya ekhaya ngoLwesine ekuseni ngemuva kobusuku bokupuza ezikaFaro. Waqala wachukuluza isisulu wafuna ukuba sizibandakanye ocansini naye ngenkani.

Le ndoda yamziba yahamba yayolala kusofa wamlandela wafike wala phezu kwesisulu wasincenga futhi. Le ndoda yabe isiya ethoyilethi yazivalela khona. 

NgokweWorldwideweirdnews uMills wakhahlela isicabha sethoyilethi wasakaza isisulu ngembazo ebusweni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.