Owesilisa, 51, udutshulwe wabulawa wathathelwa nesibhamu

2018-05-02 07:30

Dutywa - Amaphoyisa aphume umkhankaso wokuthungatha abasolwa abadubule babulala owesilisa oneminyaka engu-51 ubudala.

Kuthiwa abasolwa abebehlomile bahlasele owesilisa bamudubula ngaphambi kokumthathela isibhamu sakhe endaweni yaseTimane eDutywa, e-Eastern Cape.

OLUNYE UDABA: Umndeni ka-Akhumzi Jezile usuqalile ukwenza amalungiselelo omngcwabo

Okhulumela amaphoyisa uKaputeni Jackson Manatha uthe amaphoyisa aseDutywa aphenya icala lokubulala nelokugebenga kulandela lesi sehlakalo esenzeke ngoMsombuluko.

"Umufi utholakale enenxeba lokudutshulwa ngenhla emzimbeni. Abasolwa babaleke nesibhamu sakhe kanti akukaboshwa muntu okwamanje,"kusho yena.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.