Owesilisa nembiza eyelapha ingculaza

2016-12-15 19:30

Durban - Isiphumele obala indoda yaseFrance ngembiza yayo ethi ilapha zonke izifo okubalwa kuzo ne-HIV.

UJacob Macinga, 57, uthi imbiza yakhe izilapha zonke izifo .

Uthi le mbiza azithakela yona wafundiswa ubaba wakhe ngokusebenzisa amakhambi emvelo.

OLUNYE UDABA: Usequbule umsindo umthandazi othi ulapha i-HIV

Izifo ezilashwa ngale mbiza kubalwa i-HIV, izinso, ikhanda elibi phecelezi imanengitis, iBP, isifo sikaShukela kanye nezinye izifo ezehlule.

UMacinga uthi ngale mbiza yakhe akekho umuntu ogula alale embhedeni, umuntu uvuka qingqo.

Le ndoda ithi isisize abaningi ngembiza yayo.

Ngokuthola kwe-EyethuNews uMacinga udalule ukuthi kunendoda eyayigula ine-HIV kodwa igciwane laphela ngemuva kokuphuza imbiza yakhe.

Uphinde waveza ukuthi kukhona owesilisa owayegula enegciwane lengculaza kodwa ngemuva kokuphuza imbiza yakhe laphela nya.

Le mbiza etholakala ngemali engu-R50 kuthiwa ungayidla namaphilisa njengoba kungaxabani.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.