Owesilisa ubalisa ngokubulawa komkakhe phambi komndeni

2016-07-06 14:33

Osizweni – Ukubulawa kukaThembi Mbongo obemele esokuba yikhansela likaWadi 6 eNewcastle kushiye umndeni wakhe ukhungathekile.

Ekhuluma nabe-Newscastle Advertise, umyeni wakhe uSiphosakhe Zulu uthe lokhu kwenzeka ngemuva kuka-7 ebusuku uThembi elungisa isidlo sakusihlwa.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe umsolwa wesibili kwelokubulawa kukathisha eKZN

“Bengisegumbini lokuphumula ngibukela umabonakude nezingane ngesikhathi ngizwa kungqongqozwa emnyango,”kukhumbula uZulu.

UZulu uthi ngesikhathi evula umnyango wahlangabezwa indoda ithi icela ukubona uMbongo.

“Ngesikhathi ephuma uThembi eyobona ukuthi ubani omfunayo, indoda yesibili ivele yangena endlini yavulela ngenhlamvu.”

Uqhubeke wathi okubuhlungu kakhulu ngalokhu wukuthi ngeke lisakwazi ukukhishwa igama likaThembi emaphepheni okhetho ngoba konke sekuhleliwe kwaqedwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.