Owesilisa ubanjwe ezama ukudayisa imoto eyebiwe

2016-07-20 19:00

Durban -  Ubanjwe oqotsheni owesilisa, 41, waseGoli edayisa izimoto ezebiwe eThekwini, kubika i-African News Agency

Ngokusho kukaLieutenant Colonel Thulani Zwane okhulumela amaphoyisa, ithimba le-SAPS Hillcrest Task Team libophe lo mlisa ngezinsolo zokugqekeza nokweba imoto eHillcrest ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Sidutshulwe sisematasa isigebengu emzini wabantu

UZwane uthe amaphoyisa alunywe indlebe ngemuva kokuthi umsolwa adayise izimoto ezimbili i-Toyota Fortuner kanye ne-VW Polo, edayisela usomabhizinisi kodwa wanqaba ukumnika izincwadi zazo izimoto.

“Athe aphenya amaphoyisa athola ukuthi iFortuner yebiwa ngesikhathi kugqekezwa umuzi eMorningside eThekwini, kanti iPolo yathathwa kumgwaqo iPoint eThekwini,”kusho uZwane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.