Owesilisa ubophise umfowabo ngokweba isibhamu sakhe

2016-07-26 14:30

Johannesburg - Kuboshwe owesilisa,36, ngemuva kokuthi umfowabo omncane amubizele amaphoyisa ngesibhamu asebile.

Kuthiwa umsolwa uthathe isibhamu sikamfowabo ngaphansi komqamelo lapho kulala khona umfowabo wahamba naso waya ebumnandini.

OLUNYE UDABA:Uboshiwe owesifazane obeshutheke isibhamu 'enkomeni'

Uthe esajuxuza bamgebenga sona lesi sibhamu asebile. Utshele umfowabo ngalokhu okwenzekile engacabangi ukuthi uzomubophisa.

Umsolwa uboshiwe wavela phambi kwemantshi kanti icala lakhe lihlehlisiwe ukuze afake isicelo sebheyili.

Amaphoyisa adinga usizo ngokubika ngezibhamu ezingekho emthethweni, kubika iCitizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.