Owesilisa ubulale izingane nesisebenzi ngenxa yomkakhe 'ophingayo'

2018-03-05 16:02

Lagos - Owesilisa waseNigeria obesola ukuthi umkakhe unamanye amasoka, ugwaze wabulala izingane zakhe ezine kanye nesisebenzi sasendlini ngaphambi kokuba azibulale.

Ngokombiko wePunch, lesi sigameko senzeke ngoMgqibelo owedlule endaweni yase-Idemili, eningizimu yeNigeria.

UStephen Nnadiogo, 47, kanye nomkakhe uChika Nnadiogo, 32, kusolwa ukuthi babenengxabano eshubile njengoba ebenesikhwele esingalawuleki, ekholelwa ukuthi uyamjolela umkakhe.

UChika kuthiwa naye wayelokhu echukuluza uNnadiogo ngokuthi izingane akuzona ezakhe, futhi yena uyajola.

Ngelanga lesigameko, uChika wayesemsebenzini ngezithuba zabo-20:45, kanti izingane wayezishiye endlini naye uNnadiogo.

OLUNYE UDABA: Babhodla umlilo ngomshado wezelamani

Ngokusho komthombo ongadalulwanga, esehambile unina, uyise wabiza ingane ngayinye, wazibukisisa, wabe esezigwaza ngommese.

Izingane zineminyaka ephakathi kwemibili neyishumi ubudala.

Kuthiwa wabe esejaha isisebenzi sasendlini ngaphambi kokuba asibulale naso.

Kubikwa ukuthi wabe esezivalela kwelinye lamagumbi, nokuyilapho azidlisa khona ushevu.

Okhulumela amaphoyisa ucashunwe ethi umsolwa, osengumufi, ubesanda kuphuma esibhedlela sabagula ngokwengqondo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.