Owesilisa 'ubulale' unkosikazi ngoba ubemhleka engasaqedi

2017-07-28 19:30

Cape Town – Indoda okusolwa ukuthi yabulala unkosikazi wayo ngesikhathi isesikebheni e-United States of Alaska, kusolwa ukuthi yambulalela ukuthi wayengayeki ukuyihleka.

UKenneth Manzanares othweswe icala lokubulala unkosikazi wakhe, 39, isidumbu sakhe esatholwa sinamanxeba amabi ekhanda egunjini labo.

OLUNYE UDABA:BUKA: Ibhasi elinabagibeli lihlukana phakathi

UManzanares waboshwa ngemuva kokuba onogada bethole igazi ezandleni nasempahleni yakhe.

Isigameko senzeke ngoLwesibili ebusuku esikebheni i-Emerald Princess esasuka nabagibeli ababalelwa kwabangu-3 400 baseSeattle ngeSonto behambe uhambo lwesonto elilodwa.

Ozibonele uthe wabona lo wesilisa ehudula isidumbu sikankosikazi wakhe, wathi uma embuza ukuthi kwenzakaleni wathi umbulale ngoba ebemhleka engasayeki.

Umufi uchazwe njengomuntu obesebenza kanzima futhi ezithanda izingane zakhe.

Umsolwa uvelile enkantolo icala lakhe lahlehliselwa umhlaka-10 Agasti.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.