Owesilisa ubulawele 'ukudansa nomqwayizi'

2016-07-15 13:33

Bulawayo - Ozamazama abathathu bahlanganyele babulala indoda yaseZvishavane kubangwa owesifazane osolwa ngokuba ngumqwayizi.

Amaphoyisa abophe uJoseph Sibanda nezilamani uTanaka noHarmony Moyo ngokubulala uTatenda Shumba, 22, ngoLwesihlanu olwedlule.

Laba bobathathu bavele badinwa ngesikhathi uShumba eqala edansa nalo weisfazane ekulabhini iRed Parrot eZvishavane.

OLUNYE UDABA: Uxoshiwe udokotela okhiphe izindaba ngesibhedlela

Imithombi tihi ekilabhini laba bobathathu bashaya uShumba ngebhodlela likabhiya, bamhudulela ngaphandle la abaqhubeka khona nokumshaya, bemkhahlela. Omunye wala madoda ube esegwaza uShumba emhlane, esifubeni nasekhanda.

UShumba washona ujuqu, kusolwa ukuthi la madoda womathathu athatha isidumbu sakhe asilahla eceleni komgwaqo ngaphambi kokubaleka.

Ibamba lokhulumela amapgotisa aseMidlands u-Inspector Ethel Mukwende uthe abasolwa yibo abalekelela amaphoyisa ukuba aphenye.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.