Owesilisa ubulawelwe u-R300

2017-08-08 11:06

Johannesburg - UMnandisi Sikotya, 28, ubehlala nonina kanye nezihlobo zakhe ezintathu emjondolo omncane eNdevela, e-Eastern Cape.  

Emasontweni amabili edlule, umakhelwane wabo wamnikeza u-R300 ukuba ayothenga utshwala ayefuna ukubudayisa ukuze ezozenzela imali.

Kodwa kuthiwa uMandisi wazidlela yona imali, nokuyinto embulalisile.

Umakhelwane kuthiwa wafika emjondolo, washaya umnyango efuna imali yakhe ngeSonto ekuseni.

Kuthe uma uMandisi evula isicabha, umakhelwane kuthiwa wamshaya ngento ebukhali.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sendoda endlini

qeni esiyisa endlini, lapho amaphoyisa asithola khona silimele kabi.

UPastor Sakhiwo Bani utshele iDaily Sun ukuthi umndeni awunayo imali yokumngcwaba. “Baphila ngemali yesibonelelo sikahulumeni.”

Umndeni womsolwa nawo uthi ulahlekelwe ngumuntu obebondla, kumanje awazi uzoyitholaphi imali yebheyili uma inkantolo isamukela isicelo.

UCaptain Siphokazi Mawisa usiqinisekisile isigameko, wathi laba babebanga indaba yemali.

Uthe isisulu siyiswe esibhedlela nokuyilapo sishonele khona ngokuhamba kwesikhathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.