Owesilisa ugwaze umfowabo kubangwa izinsimbi eThekwini

2018-02-09 18:00

Durban - Owesilisa waKwaZulu-Natal ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela kulandela izinsolo zokugwaza umfowabo ngesikhathi bexabana ePhoenix, enyakatho yeTheku ngoLwesihlanu.

Okhulumela iReaction Unit South Africa (RUSA) uPrem Balram uthe onogada bale nhlangano bebenza umzungezo owejwayelekile ngesikhathi bebona amadoda amabili ehlephulana ngamaqupha.

"Kuthe uma omunye wonogada ephuma emotweni ngenhloso yokuyolamula, enye yala madoda yahosha ummese yabhokoda ngawo umfowabo emhlane.

OLUNYE UDABA: Owesimame ugwaze wabulala umfowabo kubangwa i-memory card

"Umsolwa ube esedla phansi. Onogada be-RUSA bamjahe baze bamthola. Ube esetholakala nommese osetshenziswe ukugwaza isisulu."

UBalram uthe bathole ukuthi lezi zelamani ziziphilisa ngokucosha izinsimbi bese ziyozidayisa e-scrap yard.

"Kuthe besahlela kahle izinsimbi abebezicoshile, kwaqubuka ingxabano kubangwa izinsimbi ezithile ukuthi ngezikabani. Babe sebeyalwa, kwaphetha ngokuthi kugcine kugwazwa omunye.

"Umsolwa zibe seziyamkhalela kwathi umfowabo waphuthunyiswa esibhedlela ukuba ayothola usizo lwezempilo."


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

5 scientific benefits of owning a cat

According to science, just the act of watching cats itself can bring about positive emotions – so it comes as no surprise then, that owning a cat has a number of benefits.

 

Paws

Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
This special pooch inspired his brother to learn to stand again
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.