Owesilisa uhlasele izaguga ngomkhonto eThekwini

2016-08-18 13:30

Durban – Owesilisa obephethe umkhonto wephule isicabha somuzi wezaguga zaseVerulam, wadlwengula owesifazane wase egwaza umyeni wakhe walimala, kusho inkampani yonogada.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke ezintatha ngabo-03:00 ngoLwesithathu, kusho oweReaction Unit South Africa, uPrem Balram.

Umhlaseli kuthiwa uhudulele lo wesifazane, 70, esikhotheni esiseduzane wase eyamdlwengula.

OLUNYE UDABA: Lihlehlele inyanga ezayo ‘elowabhokoda ingoduso’ ngomkhonto

Lo wesifazane uthi uyamazi umhaseli wakhe.

Umsolwa ube eseyabaleka ngemuva kokugila lo mkhuba.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane uthe bekungakaboshwa muntu.

“Umsolwa ubaleke nesamba semali esingadalulwanga. Kuvulwe icala lokugqekeza esiteshini samaphoyisa esiseNdwedwe.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.