Owesilisa ukhumule owesifazane efuna inkukhu eyebiwe

2017-01-27 10:01

Cape Town – Owesilisa oneminyaka engu-43 ubudala kubikwa ukuthi uvele enkantolo eHarare, eZimbabwe ngecala lokuthunaza isidima somuntu, ngemuva kokuba ‘ekhumule’ owesifazane wanqunu emsola ngokweba inkukhu.

Ngokombiko weSunday Mail, ngoNovemba ngonyaka odlule uTendayi Gotekote waya emzini kaNoreen Sarurani wathi esola indodana yakhe ngokweba isikhukhukazi sakhe.

Inkantolo itshelwe ukuthi baxabana, nokwenza uGotekote "wabamba ngeshethi isisulu – walidonsa, salala sinqunu ngenhla”.

OLUNYE UDABA: Sekubonwa ngokusa kwinkakha yebhola kuleli

Lokhu kwenzeke ngesikhathi uSarurani ezama ukumnqanda angashayi indodana yakhe, ngokusho kombiko.

UGotekote waboshwa kodwa wadedelwa ngebheyili ngokuhamba kwesikhathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.