Owesilisa ulinyazwe kabi ngumkakhe ethola ukuthi uyisitabane

2016-08-18 14:30

Nairobi – Owesilisa okuthiwa nguNjiru Kamau usesibhedlela eKenya ngemuva kokulinyazwa kabi ngumkakhe ngemuva kokuthola ukuthi ulala nabantu besilisa.

Owesifazane ugwaze umyeni wakhe ngommese waseshishini ngemuva kokumbamba oqotsheni ezithokozisa namanye amadoda emzini wabo.

Ngokusho kwesisulu , unkosikazi uvuke umbhejazane ngemuva kokumbamba namanye amadoda wabesehluleka ukuphendula imibuzo.

Funda nalolu daba: Izithombe zomfana olimale ekhanda

Isisulu silimale kabi esiswini esehlakalweni esenzeke ngoMsombuluko ekuseni.

Uphuthunyiswe esibhedlela saseNakuru nguMsamariya olungileyo.

Kuthiwa kungokwesibili le ndoda ihlaselwa ngumkayo ngemuva kokuyibamba namanye amadoda.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.