Owesilisa ulwisane nengwenya efuna iselula ebiqukethe izithombe zengane yakhe

2016-07-06 14:31

Florida - Izithandani zaseFlorida ezilahle iselula yazo zihamba phezulu ebhulohweni zilwisane nengwenya ngoenhloso yokuthatha iselula yazo equkethe izithombe zengane yazo.

U-Anthony Larrimore waseCape Coral ubehamba nentombi yakhe eSix Mile Cypress Slough Preserve nentombi yakhe ngesikhathi bebona ingwenya ihamba ngaphansi kwebhulohwe.

OLUNYE UDABA: Kushone 11 wabantu engozini yebhasi

ULarrimore uqale wathatha izithombe zale ngwenya ngeselula yakhe i-iPhone yavele yashibulika ezandleni yayohlala eduzane nale ngwenya. Ularrimore ube eseshesha ezama ukulondoloza iselula yakhe ngoba iqukethe izithombe zendodana yabo enezinyanga eziyishumu izelwe.

Ithathe izinduku yadushela iselula kude nengwenya ngesikhathi iselula isiqhelile nengwenya uLarrimore uyibambe ngezandla, kubika iWorldwidewierdnews.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.