Owesilisa ushayiswe yimoto washona

2018-04-10 11:12

Johannesburg - Owesilisa ushayiswe yitekisi washona enkabeni yedolobha eGoli ngoLwesibili ekuseni, kusho abosizo lokuqala eGauteng.

Owesilisa, okukholakala ukuthi uneminyaka eko-30 ubudala, ulimale kabi ekhanda.

Isidumbu sakhe sitholakale ngasohlangozini lwangakwesobunxele kuDurban Street ngezithuba zabo-06:00, kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

OLUNYE UDABA: Besingalungele ukuhlala abantu isakhiwo esiwe sabulala izingane

Itekisi ibipake buqamama nalapho bekulele khona isidumbu.

UMeiring uthi umshayeli wetekisi akalimalanga.

Amaphoyisa abesendaweni yesigameko enza uphenyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.