Owesilisa ushayiswe yisitimela

2017-09-15 14:01

Cape Town  - Owesilisa ulimale kabi ngemuva kokushayiswa yisitimela ezama ukuwela ujantshi ngaseSomerset West ekuseni ngoLwesihlanu.

Okhulumela iMetrorail uRiana Scott uthe abosizo lokuqala basize owesilisa obelimele.

UScott uqhube wathi kube nokubambezeleka kokuhamba kwezitimela, kodwa ngemuva kwesikhashana isimo besesibuyele kwesejwayelekile.

OLUNYE UDABA: Sigculisekile ngesigwebo isisulu sokudlwengula

Khonamanjalo, kuboshwe abantu abahlanu ezigamekweni ezahlukene. Abathathu kubona babanjwe bentshontsha amakhamera esiteshini saseThornton.

Omunye uboshwe ngoLwesine ebusuku esitimeleni phakathi kwasePhilippi naseLentegeur. Utholakale nezintambo zikagesi zezitimela.

Umsolwa wesihlanu utholakale nethikithi lesitimela elingumbombayi, wabe esevalelwa esiteshini samaphoyisa esisesiteshini sesitimela eKapa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.