Owesilisa uthi akazisoli ngoklinya udadewabo obethatha ama-selfie

2016-07-19 16:02

Pakistan - UQandeel Baloch,26, ubedume ngokuba uKim Kardashian wasePakistan oyiMuzilamu ubesedume kakhulu ngezithombe zakhe ezinkundleni zokuxhumana, kubika iSowetanlive.

Ukubulawa kwakhe ngoLwesihlanu kwathusa abaningi kodwa abanye bathi bekulindelekile ngoba ubenza izinto ezingahambisani nenkolo yakhe.

OLUNYE UDABA:Ugxekiwe ozishuthe ama-selfie eshayela e-KZN

Umfowabo kaQandeel uMuhammad Waseem, utshele abezindaba ukuthi wacasuka kabi waze wabamba udadewabo ngobhongwane ebona izithombe kanye nezinto azibhala ezinkundleni zokuxhumana.

Amaphoyisa athi leli cala libucayi kakhulu ngoba kuphenywa nabantu ayethatha nabo izithombe namavidiyo ezinkundleni zokuxhumana.

“Okunzima kakhulu wukuthi le ntokazi ibingusaziwayo, yize yayithandwa abantu abaningi bebengahambisane nokuziphatha kwakhe ngoba kungahambisani nenkolo yamaMuzilemu,”kusho amaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.