Owesilisa utholakale edindilize kumbhoshongo ogcina umbila

2017-10-25 07:00

eGoli - Kutholakale isidumbu sowesilisa eshonile kumbhoshongo oyinqolobane kambila epulazini elingaku-R555 ngaseSprings.

Abezimo eziphuthumayo abasebenzela inkampani yakwa-ER24 bafike kulendawo kukhona nabezicishamlilo ngoLwesibili ekuseni.

Ngesikhathi kuhlolwa isimo, kutholakale ukuthi abasebenzi bakule ndawo besebeqalile ukukhipha ummbila ukuze bakwazi ukufinyelela kulo mlisa.

OLUNYE UDABA:Elakuleli lingase lishodelwe wummbila

Abosizo lokuqala kanye nabezicishamlilo babambisane nabasebenzi amahora ambalwa ukukhipha wonke ummbila.

Ekugcineni bakwazile ukumkhipha, ngeshwa utholakale eseshonile.

Imbangela yalesi sigameko ibingakacaci kahle, kodwa amaphoyisa ayaqhubeka nophenyo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.