Owesilisa uthuke woma ethola ibhomu engadini yakhe, eThekwini

2018-04-09 18:02

eThekwini -  Kutholakale ibhomu elingakaze liqhume lohlobo lwe-mortar endaweni ehlala abantu eWinston Park eThekwini.

Okhulumela amaphoyisa uNqobile Gwala uthi umnikazi walo muzi ubematasa esebenza engadini yakhe ngesikhathi ethola into angayazi kodwa esolisayo.

Umlisa ubize amaphoyisa ngoba ubengaqondisi kahle ukuthi lesi sikhali esibukeka sindala sifike kanjani kule ngadi.

OLUNYE UDABA:

"Amaphoyisa abizelwe kulo muzi okutholakale kuwo i-mortar bomb ithimba elisebenza ngalezi zikhali yilona elifikile lazoyithatha.

Alikho icala elivuliwe kodwa amaphoyisa anxusa umphakathi ubikele amaphoyisa ngezinto ezisolisayo emzini kanye nesizinkampanini zabo.

Umbiko kanye nesithombe kutholakale kuSABC News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.