Owesilisa utshele amaphoyisa ukuthi wasiza umngani bagqiba isidumbu

2017-01-27 07:49

Pretoria – Owesilisa uzivumele ngokwake ukuthi wasiza umngani egqiba isidumbu eHammanskraal, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesine. 

"Lona wesilisa ukhombise amaphoyisa lapho bangcwaba khona isidumbu ngemuva kokuba esitshele ukuthi akasakwazi ukuhlala nale mfihlo,” kusho uCaptain Kay Makhubela.

Owesilisa oneminyaka engu-32 ubudala utshele amaphoyisa ukuthi wasiza umngani wakhe ukuba bagqike isidumbu ngoDisemba ngonyaka odlule.

OLUNYE UDABA: "Ulwile uLundi kodwa kwamnqoba ukufa"

Ugcinwe esiteshini samaphoyisa akwaTemba. 

UMakhubela uthe unkosikazi kamufi uzinikele emaphoyisa ngemuva kokumbiwa kwesidumbu.

Kukholakala ukuthi yisoka lomka mufi elalingungqondongqondo kwakho konke lokhu njengoba namanje esagcwele amathafa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.