Owesilisa wase-KZN ugwetshwe udilikajele ngokudlwengula umshana

2018-04-23 17:59

eThekwini - INkantolo yesiFunda eScottburgh igwebe owesilisa oneminyaka engu-25 ubudala udilikajele ngecala lokudlwengula.

Kuthiwa ngomhlaka-26 Febhuwari umama oneminyaka engu-30 ubudala waphuma ekhaya washiya amadodakazi akhe amabili nomfowabo owayehlala nabo.

Ngesikhathi esebuya, wabona indodakazi yakhe eneminyaka eyisithupha ubudala ingasaziphethe njengokujwayelekile.

Ngesikhathi eyihlola ingane, wathola ukuthi idlwenguliwe, kanti uma eyibuza, yakhomba umalume wayo njengomsolwa owenze lokhu.

OLUNYE UDABA:Inkantolo ichithe isicelo sesinxephezelo somndeni wengane eyagwiliza ethoyilethi lomgodi

Kwavulwa icala emaphoyiseni aseMzinto.

Ngokusho kwamaphoyisa ngesitatimende, umsolwa wabaleka ekhaya ngemuva kwalesi sigameko.

Amaphoyisa amthungatha aze amthola, wase eyaboshwa, wabhekana necala lokudlwengula.

Lo malume ugwetshwe udilikajele ngemuva kokutholakala enecala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Trainee Accountant

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.