Owesilisa waseMlazi uhlabane neLotto ka-R34.m

2017-05-26 07:01

Durban -  Yinjabulo yodwa kowesilisa oseminyakeni eko-30 ubudala waseMlazi, eThekwini, ongasebenzi kulandela ukuhlabana neLotto ka-R34.4million.

Le ndoda ithenge ithikithi lika-R60 esitolo sakwaSpar.

Abakwa-South African National Lottery bathe le ndoda ihlela ukuthenga umuzi.

Le ndoda ihlose nokusiza umndeni wayo ngokuthuthukisa impilo yawo kanti futhi ifuna nokuthengela abazali bayo umuzi.

OLUNYE UDABA: Ukhonjwa eLadysmith obambe iLotto

Kuzwakale nokuthi le ndoda ihlela nokuqala ibhizinisi yathembisa nokulondoloza isamba esikhulu kule mali.

Sekungokwesibili iLotto yemali enkulu ibanjwa ngumuntu waKwaZulu-Natal njengoba enye indoda yawina u-R58.7 million kwiPowerball.

Le ndoda yayithenge ithikithi lika-R30.

Le ndoda eneminyaka ebalelwa kweko-50 ubudala yatshela Ithuba ukuthi ihlela ukulondoloza imali eningi yenzele ukuthi izilungiselele uma isithatha umhlalaphansi kanti izoqhubeka nokusebenza.

AbakwaLotto Ithuba bathe womabili la madoda alulekiwe ngokuphatha imali ngendlela.

 - TMG Digital

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter




Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.