Owesimame ubhekene necala lokudlwengula eKZN

2018-03-09 11:02

eThekwini - Uzogqunywa ezitokisini owesimame oneminyaka engu-23 ubudala uvele eNkantolo kaMantshi eScottburgh, ogwini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal.

Lo msolwa kulindeleke ukuba afake isicelo sebheyili ngesonto elizayo ecaleni lokudlwengula, kubika iNewswatch.

Ngokusho kukalowo okhulumela amaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala okhulumela amaphoyisa, umfana wayedlala nabangani bakhe ngeSonto endaweni yaseMandawe ngesikhathi umsolwa emnunusela ngemali.

OLUNYE UDABA: Umama nesoka lakhe babhekene nelokuzama ukubulala ingane,4,

"Ngesikhathi lo mfana edlala, umsolwa waphuma eyodlala naye wagijimisa lo mfana wambamba wamfaka ngenkani endlini nokuyilapho amdlwengula khona," kusho uGwala.

Lo mfana oneminyaka engu-15 ubudala uthola ukwelulekwa ngokwengqondo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.