Owesimame uvumile ukuthi wabulala umyeni wakhe efuna eyomshwalense

2016-07-21 14:32

Pietermaritzburg – Owesimame uvumile enkantolo nkulu ukuthi wabopha itulo lokubulala umyeni wakhe ukuze athole izimali zamapholisi.

Lo mama uchaze ngendlela ababulali bazama ngayo kabili ukugwaza babulale umyeni wakhe kodwa wasinda, kodwa babuya ngesonto elilandelayo ukuzoqedela umsebenzi wabo.

OLUNYE UDABA:Inkantolo isichithile isicelo ngoluthinta umbulali kaHani

Kwathi kungakapheli izinsuku ezitheni engcwatshiwe lo mama waba nokuzisola wazihambisa yena emaphoyiseni.

UThandazile Janet Khoza waseMzinto, 40, ulivumile icala lokubulala kanye nokuzama ukubulala umyeni wakhe uMbukeleni Khoza.

Umahlileli uwamukelile ukuvuma kwecala kwalo mama kanti usezogwetshwa ngomhlaka 28 kuNcwaba.

-Izindaba.News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.