Owesimame wasePotchefstroom ushonile ngemuva kokushayiswa yimoto

2018-01-07 11:02

Potchefstroom - Owesimame okukholakala ukuthi useminyakeni yo- 20 ubudala ushonile ngemuva kokushayiswa yimoto ePotchefstroom.

Abezimo eziphuthumayo bathi lokhu kwenzeke emgwaqeni uNelson Mandela Drive ngoMgqibelo ntambama.

UWerner Vermaak, okhumumela abe-ER24 uthe: "Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola owesimame elele phakathi komgwaqo futhi ubeseshonile."

OLUNYE UDABA:Kuzwakale ukuhayiza kushayisana amabhanoyi e-airport

Ufakazi ozibonele ngawakhe okukholakala ukuthi umfowabo kamufi utshele abezimo eziphuthumayo ukuba bebehamba bewela umgwaqo, wazama ukududula udadewabo ngaphambi kokuba ashayiswe yimoto.

"Yize sizwile ngofakazi ukuthi kwenzakaleni, amaphoyisa nawo afikile endaweni yesigameko kanti kusazokwenziwa uphenyo olunzulu ngokwenzekile."

Babili abantu abebesemotweni, bona kabazange balimale.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.