OweSundowns ubanjwe inkunzi eqeda kuthola ingozi yemoto

2016-08-02 12:31

Johannesburg - UThulani Thuswa ongumxhumanisi we-Mamelodi Sundowns nabezindaba ubanjwe inkuzi esanda kuthola ingozi ngoLwesihlanu.

UThuswa ubesabonga ukusinda engozini embi kabi ngesikhathi izigebengu sifika kule ndawo yesigameko simkhomba ngesibhamu.

Lengozi yenzeke ngaku-Olifantsfontein ku-N1 ngesikhathi imoto kaThuswa ishayisana nenye, kubika iSunday World.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu ababili omafundane bezama ukubamba inkunzi

“Ngesikhathi amaphoyisa asathatha izitatimende zethu, kufike amadoda amathathu ehlomile asitshela ukuthi sonke silale phansi ngisho nabezimo eziphuthumayo kanye namaphoyisa,”kusho uThuswa.

UThuswa uthe izigebengu zibathathele omakhalekhukhwini. Babuye bathatha nezikhwama zemali bakhipha konke okuphakathi ngaphambi kokubabuyisela zona.

“Bathathele iphoyisa lowesilisa isibhamu kanti elesimame libaleke layongena kwi-ambulensi.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.