OwezamaJele uthi ukhathele iziboshwa ezeqa emajele

2018-04-14 10:08

Johannesburg - UMnyango wezamaJele uthi uphenya ukuthi iziboshwa ezingu-16 zeqa kanjani ejele elikhulu kangaka eNingizimu Afrika.

Umnyango uthi angeke uze umelane nokuphulwa kwezokuphepha.

OLUNYE UDABA:UMnyango wethembisa ngokuzibamba iziboshwa ezeqe eSun City

Okhulumela umnyango uLogan Maistry uthe: "Sinamajele angu-243 ezweni. Iziboshwa ezingu-161 000, kanti isibalo seziboshwa ezeqayo ngonyaka sisuke ku-1244 sahlala ku-50 ngo-2017. 

"Asihambisani nanoma wuluphi uhlobo lokuphulwa kwezokuphepha. Isigameko esisodwa sokweqa kwesiboshwa singaphindaphindeka. Lolu daba lusemqoka."

 - IVIDEO:

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.