Owezemfundi uthi angeke uyimele eyamabhoklolo ezikoleni

2017-09-25 11:00

Cape Town - UMnyango wezeMfundo eWestern Cape uphinde wathi wona angeke uyimele indaba yabafundi abangamabhoklolo ezikoleni zawo.

Ngesonto eledlule , kwasabalala ivideo etshengisa intombazane nomfana bengenela ngezibhakela ingane eneminyaka engu-14 ubudala esikoleni esiseKuils River, iDe Kuilen High.

Owezemfundo usuyalele la bfundi bobathathu ukuthi bangalubhadi esikoleni ezinsukwini zokugcina zale themu.

OLUNYE UDABA:Umfundi, 25, ushaye uthishanhloko ngempama

Amaphoyisa nabezemfundo baphenya isigameko esenzeke esikoleni eKuils River ngoLwesine.

Kule video, esizungeze kwezokuxhumana, isisulu, 14, sibonakala sibanjwe ngomqala, sishaywa ngamaqupha ebusweni.

Abasolwa kulindeleke ukuba baqondiswe izigwegwe uma kuqala ithemu yokugcina onyakeni.


 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.