OwezeMfundo e-KZN uphenya ezokucwasa esikoleni esise-PMB

2017-06-05 18:02

Pietermarizburg - UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uzophenya isigameko kulandela izinsolo zokucwasa ngokobuzwe esikoleni samantombazane esiseMgungundlovu.

Lolu phenyo luzobe lubheke kakhulu kwinkulumo eqoshiwe, okusolwa ukuthi ikhishwe wumfundi owenza uGrade 11, ethuka abafundi bebala elimnyama ngokuhluleka ukubiza igama lakhe kahle.

Kule nkulumo eqoshiwe ezungeza ezinkundleni zokuxhumana, lo mfundi usebenzise igama "lekhafula" ngesikhathi ezwakalisa ukucasuka kwakhe.

OLUNYE UDABA: 'Eyokucwasa ngokwebala ayingaliwa ngokunye ukucwasa'

Ngesikhathi iTMG Digital izama ukuthola uythishanhloko wesikole ukuze ezophawula ngodaba akatholakalanga njengoba bebesasemthandazweni.

Okhulumela uMnyango wezeMfundo uScelo Khuzwayo uthe umnyango uzolubheka udaba kulandela ukusabalala kwale nkulumo eqoshiwe kuTwitter ngoMsombuluko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.