Owezemfundo eKZN uphenya olukathisha "oyisipoki"

2016-08-15 19:05

Durban - UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uthi uphenya izinsolo zothisha "oyisipoki" esikoleni esisenyakatho naKwaZulu-Natal.

le mibiko ethi kunomuntu ongafundisi esikolebi eSojiyisa High KwaNongoma kodwa uhola zinyanga zonke,  isabalale izolo.

OLUNYE UDABA: 'Ingamampunge eyokuthi uSenzo Meyiwa uyapoka'

Kuzwakale ukuthi lo thisha unanesikhundla esiphezulu sokuba yiPhini likathishanhloko kulesi sikole.

Isikhulumi uMuzi Mhlambi uthe abakwazi ukuphawula ngalolu daba ukuba ngabe lubandakanyeka odabeni lakamuva olusalinde ukuphenywa lwemisebenzi ekhokhelwayo.

"Lolu daba sizolubhekisisa, sithole ukuthi ngubani ofake lo muntu kumakhompyutha, sithole nokuthi ukuphi.

 - Newswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.