OwezeMfundo eKZN uzophenya ngokusongelwa kothisha

2017-06-05 12:29

Durban - UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uthi uzobheka izinsolo zokusongela ngokubulala nezokwesatshiswa ezenziwe othisha ngaphansi kwesifunda sasePinetown.

INational Teachers Union ibisola uMnyango ngokwehluleka ukwenza uphenyo ngalolu daba, nakuba labikwa, kwacelwa ukuba kwenziwe uphenyo olunzulu kuphinde kuqiniswe ezokuphepha ezikoleni zakulesi sifunda.

Isicelo silandela ukubulawa kowayeyiphini likathishanhloko eMgungundlovu ngoMashi.

OLUNYE UDABA: I-ANC izomangalela iSunday Times

Okhulumela uMnyango, uKwazi Mthethwa,  uthi othisha kumele babike uma besatshiswa.

“Sithanda ukushaya ikhwelo kunoma ngubani ongaphansi kwamabhuku ethu ukuba uma esatshiswa, ehlukunyezwa noma esongelwa wamukelekile ukuba abikele abomthetho.”

Uthe bazophenya ngodaba oluphambi kwabo njengamanje.

Kwesinye isigameko ngo-2015, kwabulawa isekela likathishanhloko KwaZulu-Natal ngaseShowe.

Kuthiwa oshayasibhamu abangaziwa badubula lo thisha kwaNomyaca Secondary School, uThokozani Mkhwanazi, esendleleni egodukayo.

Wayehlehlisa imoto esethi uyaphuma esikoleni ngesikhathi kuqhamuka abantu bemdubula.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.