Owezemfundo eMpumalanga ufuna izimpendulo ngokubulawa kukathisha esikoleni

2017-08-15 11:04

Johannesburg - Iziphathimandla zoMnyango wezeMfundo eMpumalanga zizovakashela esikoleni iBushbuckridge Primary namuhla (ngoLwesibili), lapho okudutshulwe kwabulawa uthisha.

UKate Chiloane udutshulwe wabulawa ngoMsombuluko phambi kwabafundi esikoleni.

Kukholakala ukuthi ulandelwe wumyeni wakhe eya emsebenzini, lapho efike khona kwaqubuka ingxabano ngaphambi kokumdubula, embulale.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Zisale enkundleni izigebengu ku-M13 ePinetown

Le ndoda ibe isizubulala nayo ekhaya.

OwoMnyango, uJasper Zwane, uthe: "Sizobe sisesikoleni. Sizothola ukuthi kwenzekeni esikoleni mase kuyima sizokwazi ukuphendula imibuzo ebuziwe."

"Sizosebenzisana nabomthetho ukuphenya imbangela eholele kulesi sehlakalo esishaqisayo."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.