Owezemfundo uvakashele umndeni womfana obulewe ngabanye

2017-09-15 07:00

Johannesburg - Iziphathimandla zoMnyango wezeMfundo eGauteng seziwuvakashele umndeni womfana waseWest Rand owabulawa ngamabhungu angu-6.

La mabhungu aneminyaka ephakathi kwengu-15 no-19 ubudala asevelile enkantolo ngesigameko sokubulala esenzeka emjondolo yaseSmokedown ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA:Ugwazwe esangweni lesikole umfundi waseSiyanda

Umsolwa wesithupha oneminyaka engu-19 ubudala yena ungaphandle kwelinye icala aboshelwa lona.

Okhulumela uMnyango wezeMfundo, uSteve Mabona, uthe uhulumeni weseka umndeni olahlekelwe.

"Othishanhloko besebevelile emndenini wesisulu beyokhalisana nawo. Okwenzekile kuyashaqisa."

Lo mfana waphuthunyiswa esibhedlela ngemuva kokulimala kabi ekhanda, ngeshwa washonela esibhedlela ngokuhamba kwesikhathi.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.